Ukungatholakali kwa manzi ngokufanayo e St Chad's ( Ladysmith Kzn )

Vusi sent a message to .

To
 
From
Vusi
Subject
Ukungatholakali kwa manzi ngokufanayo e St Chad's ( Ladysmith Kzn )
Date
April 12, 2020, 8:36 a.m.
Dokotela, Sinenkinga la eSt Chad's yamanzi esiqede 3 years ingaxazululwa. Njengoba kuthiwa asigeze izandla now and again ngiphatheka kabi ngoba ngeke sikwazi. Kune side la engapheli khona liyana noma alini, kube ne side la abetholakala ngabo 8 ebusuku aphele ngabo 5 ekuseni bese kuba khona la engaphumi nhlobo ezimpompini. O Thukela sesibuyele kabili asikaze sisizakale ( 2018 nango 2019)
Sicela ungenelele Dokotela

Future replies will be published here.