Special Request
Celani sent a message to .
- To
-
- From
-
Celani
- Subject
- Special Request
- Date
- April 9, 2020, 10:56 p.m.
Baba Mvelase ngiyabingelela ngokhulu ukuzithoba .Sisizwile isimemezelo sikaMongameli wethu siyasemukela ngenxa yezibalo ezikhula nsukuzonke.Okusiqinise izinhloko ilockdown yafika ngesikhathi esibi ,izihlobo zi scattered izingane ezikoleni ezikude.Nathi njengabazali sihola month end.I lockdown ize singenayo imali Okudale izingane zivaleleke emiqashweni.Besesibala sinethemba isizoxazululeka inkinga. Bathole ithuba abavaleleka.Ngiyacela ukuba njengoba uMongameli enzile kubantu abavaleleke emazweni enze nala local, noma u1day uyoba wuncedo.Ngoba abaningi izindawo abavaleleke kuzo azikho safe. Angiphoqi Baba Mvelase yisicelo engingajabula mawusi phakamisa samukeleke ezinxazululweni zokusiza abantu baseSouth Africa .USomandla aniphilise u Celani
Future replies will be published here.