Motsoaleni
Philani mkhize sent a message to Aaron Motsoaledi.
- To
-
Aaron Motsoaledi
- From
-
Philani mkhize
- Subject
- Motsoaleni
- Date
- Oct. 12, 2022, 1:33 a.m.
Sawubona.mhlonishwa
Igama ngu Philani Mkhize
From umbumbulu
Nginenkinga yokwenza I'd ngebhadi Lami angibanga nane sitifiketi sokuzalwa
Sengizame kaningi esiphingo ethanibhothi kodwa angisizakali ngalutho
First bafuna incwadi yesikole enamagama ezingane engaqala nazo u firt-year ngayithola nomama ephethe I'd yakhe nencwadi yomshado basibuyisela emunva bathi bafuna incwadi yekhansela sayithola saphindela khona ngakusasa basijikisa futhi bathi bafuna ikhadi lomgomo Saya e clinic ngoba lamosheka ngezimvula sangalithola bathi abazigcini izinto esezindala kakhulu savuyela kwathiwa kuyavalwa ngo 12:00 awekho amanzi kwaphela isonto lonke singalutholi usizo sijika sesifikile khona noma sesifikile bathi abanalo usizo Lami bangaboshwa izandla nezinyawo eyi sithwele kanzima esiphingo alukho usizo kuleya ndawo usizwa ngemali Uma uhluphekisa njengami kubi awusizwa uphinda emunva ungenzanga lutho bangakujikisa kuphela inyanga
Future replies will be published here.