Iskhalo sowase GM mortuary PTN

S.k Hlengwa sent a message to Makoti Sibongile Khawula.

To
Makoti Sibongile Khawula
From
S.k Hlengwa
Subject
Iskhalo sowase GM mortuary PTN
Date
Aug. 18, 2021, 1:52 a.m.
Ngibingele MamKhawula ngenhlonipho amagalelo enhlangano ayabonakala ngingu msebenzi kahulumeni lona osicindezele kwamanye amakhaza akhe uhulumeni senga kulume nomphathi nge (ppe) ngancama naye uyalandula umsebenzi esiwenzayo njengoba isimo se covid19 sinjena uqgoka igawni ungene nayo efrigeni lezidumbu athi umphathi uzosebenza ngayo ilanga lonke ne musk eyodwa uphume uyibeke okwama gloves sisebe nzisa into ukuthi ubamba iydumbu ivele idabuke njengoba sisebenza ebsuku sibabili ithina esiba nenkinga kakhulu sicela nisikhulumele neykhulu zeze mpilo ngempela kufakwa izimpilo zethu encgupheni asikhathalelwe lana nabaphathi balezi mortuary abanadaba nabasebenzi

Future replies will be published here.