I'm begging you

Busisiwe sent a message to Mbuyiseni Quintin Ndlozi.

To
Mbuyiseni Quintin Ndlozi
From
Busisiwe
Subject
I'm begging you
Date
Nov. 11, 2019, 5:35 a.m.
hey ngicela kusizwe labantu, Umama nengane zakhe ezintathu babehlala e kokstad eplazini kwadlwengulwa ingane yakhe loh mama wasevula icala umqashi wathatha icala lomdlwenguli wamxosha Umama esemsebenzele 30years wonke. lomama uzamile ukuya ko ccma kodwa akatholanga lutho.manje badinga indawo yokuhlala bayasokola nengane yake efunda u grade12 kubhalwa manje iya eskolweni ilambile ifa. abanayo ngisho indawo yokufihla ikhanda.kade Umama ezama ukuba kubuye izimali zakhe kuleloplazi kodwa akafumani lutho.

Future replies will be published here.