Home Affairs has been Offline for 2 months

Nokuthula Mkhize sent a message to .

To
 
From
Nokuthula Mkhize
Subject
Home Affairs has been Offline for 2 months
Date
May 12, 2021, 6:06 p.m.
Minister Ngiyisakhamuzi Esiko Wezasekhaya Owengamele Ngicela ukubuza Ukuthi Umphakati Ohlwempu Uma Kuphela Izinyanga Ingqalasizimda Emahovisi Omnyango Engasebenzi Yikuphi Lapho Kufanele Usizakale Khona Yebo UMinister Usiqonda Kahle Isimo Sobubha Obukhungethe Imiphakathi Empumalanga Township Hammarsdale Sekuphela Ontanga Yesibili Amahovisi Engasebenzi Kuthiwa Inetwork Ayikho Imali Yokugibela Uye Ema Hovisi Aseduze Pinetown Me Pietermaritzburg Asinayo Noma Ungazama Kufanele Uphume Ngo 4 Endlini Ubugebengu Uyafika Nalapho Ulinde Sebelhona Abaphambili Kufavalwe Usizo Singalutholile Kuthiwe Buya Kusasa Ekuseni Ngani Izimali Asinazo Khona Manje Kuzovotwa KoHulumeni Basekhaya Kunetsha Mphakathi Ongezokwazi Ngenxa Yokunngabi Nabo Omazisi...Ngokuzithoba Okukhulu Ngicela Ungelele Kuloludaba Luyasihlukumeza Kakhulu Kumi Yonke Into Siphila Osizini Oluyisomanga Yisakhamuzi Esikhathazekile Ngomnyango Wakho

Future replies will be published here.