Employment enquiry
Blessing sibusiso sent a message to Bheki Cele.
- To
-
Bheki Cele
- From
-
Blessing sibusiso
- Subject
- Employment enquiry
- Date
- Nov. 2, 2018, 10:38 a.m.
Ngiya bingelela mhlonshwa ngiyathembha usawadla anhlamvana mhlonishwa ngike ngasebenzela ngaphansi kophiko lakho emnyaken edlule ngisebenze imnyaka eyisikhombisa ngi voluntiya e 10111 hilton asaps ngahanjelwa abantu baletha emhlaben kwadingeka ukuthi ngishiye esiphoyiseni ngobheka akwama toho ngoba bengatholi lutho esiphoyiseni kumanje ngiyafunda ngo mfundazwe emnambithi college benesifiso noma ngishanele noma sema hovisi noma ngeze ingadi emaphoyisen ngoba angi qasheki nginazo izicucu 🎓 kodwa ngithwele kanzima angikaze ngiboshwe nginesifiso sokuthi uma uthola ithuba ungabuyela kumina ngitholakala kulezi nombolo zamakhala ekhukwen 0735490551/0814481500
Future replies will be published here.